APOSTOL M NXUMALO || AMANDLA ASOLIMINI Live @ HOLINESS CENTRE CHURCH

Published 2021-10-23
Friday Revival @ FRIDAY REVIVAL - HOLINESS CENTRE CHURCH. HAREWOOD, PIETERMARITZBURG.

All Comments (21)
  • Nami bazalwane ngiyamthanda ubaba wami kakhulu indoda eshumayela kamnandi unamahlaya kodwa nje uzwe ukuthi lentshumayelo iphuma kumuntu owazanayo nenkosi uyisibusiso baba uyayakha impilo yami izinto ozikhulumayo ziyizambulo akulula ukukukhohlwa okushilo phila baba wethu we need you so much
  • ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญWaze wangivuselela baba ebusuku๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ”ฅ
  • Aw kodwa Jesu sivule amehle sisuse lemithwalo iyo le evimba impumelelo ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญawavuleke amehle in the name of Jesus Christ, syabonga Babu Zwide๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿ‘๐Ÿ™Œ
  • Amen. Hawu Bandla indaba yebhanoyi isisungethe amacala woke oMfundisi uBhengu babanenhlanhla. Sekuyikhathi sokusungula amabhanoyi amasha.
  • Ngasohlanhothini oNdlovu, oShoba noNdzimande yebo babedlulisa umlayezo kaJehovah bengabheki inzunzo manje umculo umsebenzi obheke inzunzo namanje ukusebenzisa u-YOUTUBE kuyakhokhelwa kuyadingeka ukuthi siqonde isikhathi esesiphila kuso.( Ecclesiastes 3)
  • Apostle, sibingelela ogogonomkhulu nezibuko zabo๐Ÿ˜…๐Ÿ˜…๐Ÿ˜…๐Ÿ˜…๐Ÿ˜…๐Ÿ˜…๐Ÿ˜